Bhekani, izinsuku ziyeza,” usho uJehova, “lapho ngiyakwenza isivumelwano esisha nendlu ka-Israyeli; kanye nendlu kaJuda.
KumaHeberu 10:17 - Contemporary Zulu Bible 2024 Nezono zabo nobubi babo angisayikukukhumbula. IBHAYIBHELI ELINGCWELE nezono zabo nobubi babo angisoze ngakukhumbula futhi.” IsiZulu 2020 ngingabe ngisazikhumbula izono zabo nobubi babo.” Baasraak Zulu New Testament Bible Nezono zabo nobubi babo angisayikukukhumbula. |
Bhekani, izinsuku ziyeza,” usho uJehova, “lapho ngiyakwenza isivumelwano esisha nendlu ka-Israyeli; kanye nendlu kaJuda.
Abasayikufundisa, kube yilowo nalowo umakhelwane wakhe, kube yilowo nalowo umfowabo, bathi: ‘Yazini uJehova, ngokuba bonke bayakungazi, kusukela komncane kuye komkhulu phakathi kwabo, usho uJehova; ngoba ngizabathethelela. Ububi, nesono sabo angisayikusikhumbula.
Ngokuba ngiyakuba nesihawu ngokungalungi kwabo, nezono zabo nobubi babo angisayikukukhumbula.