Bhekani, uNkulunkulu mkhulu, kepha asimazi, nenani leminyaka yakhe alinakulandelwa.
KumaHeberu 1:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi njengesambatho uyakuzisonga, futhi ziyakuguqulwa; kepha wena unjalo, neminyaka yakho ayiyikuphela. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Njengesambatho uyakuwagoqonga, njengengubo ayakuguquka. Kepha wena unguye njalo, iminyaka yakho ayiyukuphela.” IsiZulu 2020 Njengesembatho uyakuwasonga, ayakuguquka njengengubo, kodwa Wena unguye njalo iminyaka yakho ayiyukuphela.” Baasraak Zulu New Testament Bible Futhi njengesambatho uyakuzisonga, futhi ziyakuguqulwa; kepha wena unjalo, neminyaka yakho ayiyikuphela. |
Bhekani, uNkulunkulu mkhulu, kepha asimazi, nenani leminyaka yakhe alinakulandelwa.
Ngokuba iminyaka eyinkulungwane emehlweni akho injengezolo lapho isiphelile, nanjengomlindo wasebusuku.
UNkulunkulu wathi kuMose: NGINGENAKHO ENGIKHONA; wathi: Uzakutsho njalo kubantwana bakoIsrayeli ukuthi: UNGUYE ungithumile kini.
Ukuphila kwami kumuka, kwamuka kimi njengetende lomalusi; njengomluki nginqume ukuphila kwami; ngesifo sobuhlungu uyakunginquma; kusukela emini kuze kube sebusuku uyakungiqeda.
UJesu wathi kubo: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: U-Abrahama engakabi khona, mina ngikhona.
Izipho zonke ezinhle neziphiwo zonke ezipheleleyo zivela phezulu, zehla kuYise wokukhanya okungekho kuye ukuguquka nasithunzi sokuphenduka.