njalo uyaqiniseka ukuthi wena ungumholi weziphofu, ukukhanya kwabasebumnyameni;
KuFilemoni 1:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngikubhalele ngethemba lokulalela kwakho, ngazi ukuthi nawe uyakwenza okungaphezu kwalokho engikushoyo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngikulobele ngokwethemba ukulalela kwakho, ngazi ukuthi uzakwenza nokungaphezu kwengikushoyo. IsiZulu 2020 Ngikulobela lokhu ngoba ngineqiniso lokuthi uzongilalela, ngiyazi futhi ukuthi engikushilo ngenhla uzokwenza. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngikubhalele ngethemba lokulalela kwakho, ngazi ukuthi nawe uyakwenza okungaphezu kwalokho engikushoyo. |
njalo uyaqiniseka ukuthi wena ungumholi weziphofu, ukukhanya kwabasebumnyameni;
Nganilobela lokhu, ukuze kuthi ekufikeni kwami ngingabi lusizi yilabo engimelwe ukuthokoza ngabo; nginethemba ngani nonke ukuthi intokozo yami iyinjabulo yenu nonke.
Sithumile kanye nabo umzalwane wethu esimbonise kaningi ukuthi ukhuthele ezintweni eziningi, kepha manje ukhuthele kakhulu ngenxa yokuqiniseka okukhulu enginakho ngani.
Kepha siyethemba eNkosini ngani, ukuthi lokhu esiniyala ngakho niyakwenza, niyakukwenza.