Mina ngiyakummela; uyakumbiza esandleni sami; uma ngingamlethi kuwe, ngimbeke phambi kwakho, ngiyakuba necala kuze kube phakade.
KuFilemoni 1:19 - Contemporary Zulu Bible 2024 Mina Pawuli ngikulobile ngesami isandla, mina ngizakubuyisela; IBHAYIBHELI ELINGCWELE mina Pawulu ngikuloba ngesandla sami, ngiyakukukhokha ukuba ngingaze ngisho kuwe ukuthi nawe unecala kimi elinguwe uqobo. IsiZulu 2020 Mina, Pawula, ngikulobele ngesandla sami, ngiyakukubuyisela, ukuze ngingasho kuwe ukuthi unecala kimi ngoba oyikho, uyikho ngami. Baasraak Zulu New Testament Bible Mina Pawuli ngikulobile ngesami isandla, mina ngizakubuyisela; |
Mina ngiyakummela; uyakumbiza esandleni sami; uma ngingamlethi kuwe, ngimbeke phambi kwakho, ngiyakuba necala kuze kube phakade.
Ngokuba noma ninabafundisi abayizinkulungwane eziyishumi kuKristu, nokho oyihlo ababaningi, ngokuba mina nganizala kuKristu Jesu ngevangeli.
Mina-ke Pawulu uqobo ngiyanincenga ngobumnene nangobubele bukaKristu, mina engithobekile nxa ngikhona phakathi kwenu, kepha nxa ngingekho nginesibindi ngani;
Nina niyincwadi yethu elotshwe ezinhliziyweni zethu, eyaziwa ifundwa ngabantu bonke;
funa mhlawumbe uma abeMakedoniya beza kanye nami, banifumane ningakalungi, sijabhe thina (ukuba singasho nina) kulokhu kuziqhayisa ngakho.
kuThimothewu, indodana yami uqobo ekukholweni: Makube umusa, nesihawu, nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba wethu noKristu Jesu iNkosi yethu.
kuThithu, indodana yami uqobo ngokokholo esiluhlanganisile: Makube umusa, nesihawu, nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba naseNkosini uJesu Kristu uMsindisi wethu.