Mina ngiyakummela; uyakumbiza esandleni sami; uma ngingamlethi kuwe, ngimbeke phambi kwakho, ngiyakuba necala kuze kube phakade.
KuFilemoni 1:18 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uma ekonile, noma enecala kuwe, kubalele mina lokho; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kodwa uma ekonile ngento, noma enecala kuwe, lokho kubalele kimi; IsiZulu 2020 Kepha uma kukhona akone ngakho noma anecala kuwe ngakho, kubalele kimi lokho. Baasraak Zulu New Testament Bible Uma ekonile, noma enecala kuwe, kubalele mina lokho; |
Mina ngiyakummela; uyakumbiza esandleni sami; uma ngingamlethi kuwe, ngimbeke phambi kwakho, ngiyakuba necala kuze kube phakade.