Othandiweyo wakho umkhulu ngani kunesinye isithandwa, wena muhlekazi kwabesifazane? Othandiweyo wakho udlula ngani omunye, ukuba usifungise kanjalo na?
Johane 9:36 - Contemporary Zulu Bible 2024 Yena waphendula wathi: Ungubani, Nkosi, ukuze ngikholwe kuye? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Waphendula yena, wathi: “Ingubani, Nkosi, ngize ngikholwe yiyo, na?” IsiZulu 2020 Yamphendula, yathi: “Ingubani, Nkosi, ukuze nami ngikholwe yiyo na?” Baasraak Zulu New Testament Bible Yena waphendula wathi: Ungubani, Nkosi, ukuze ngikholwe kuye? |
Othandiweyo wakho umkhulu ngani kunesinye isithandwa, wena muhlekazi kwabesifazane? Othandiweyo wakho udlula ngani omunye, ukuba usifungise kanjalo na?
UJesu waphenduka, wababona belandela, wathi kubo: Nifunani na? Basebesithi kuye: Rabi, (okutsho ukuthi, Mfundisi,) uhlala ngaphi?
Pho-ke bayakukhuleka kanjani kuye abangakholwanga kuye na? bayakukholwa kanjani kuye abangezwanga ngaye na? bayakuzwa kanjani kungekho mshumayeli na?