Njengoba nje ungayazi indlela yomoya nokuthi akhula kanjani amathambo esibelethweni sokhulelweyo, kanjalo awuyazi imisebenzi kaNkulunkulu owenza zonke izinto.
Johane 9:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bathi kuye: “Avulwe kanjani amehlo akho na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Base bethi kuye: “Pho, amehlo akho avulwe kanjani na?” IsiZulu 2020 Base bethi kuyo: “Pho amehlo akho avulwe kanjani na?” Baasraak Zulu New Testament Bible Bathi kuye: “Avulwe kanjani amehlo akho na? |
Njengoba nje ungayazi indlela yomoya nokuthi akhula kanjani amathambo esibelethweni sokhulelweyo, kanjalo awuyazi imisebenzi kaNkulunkulu owenza zonke izinto.
Bambuza uBaruki, bathi: “Sitshele, uwalobe kanjani onke lawa mazwi aphuma emlonyeni wakhe na?”
Alale, avuke ubusuku nemini, imbewu ihlume, ikhule, yena engazi ukuthi kanjani.
Emva kwalokho uJesu wamuka waya phesheya kolwandle lwaseGalile olungolwaseTiberiya.
Waphendula wathi: “Umuntu othiwa uJesu wenze udaka, wagcoba amehlo ami, wathi kimi: ‘Hamba echibini laseSilowama, ugeze;’ ngahamba ngageza, ngabona.
Khona futhi nabaFarisi futhi bambuza ukuthi ukuthole kanjani ukubona. Wathi kubo: “Waninda udaka emehlweni ami, ngageza, sengiyabona.
Kodwa ukuthi usebona njani khathesi asazi; nokuthi ngubani ovule amehlo akhe, asazi; mbuze: uzakuzikhulumela yena.