Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Johane 8:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

Emthethweni uMose wasiyala ukuba abanjalo bakhandwe ngamatshe; wena-ke uthini na?

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Emthethweni uMose wasiyala ngabanje ukuba bakhandwe ngamatshe. Pho, wena uthini na?”

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Emthethweni, uMose wasiyala ngabanje ukuba bakhandwe ngamatshe. Ngakho-ke Wena uthini na?”

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Emthethweni uMose wasiyala ukuba abanjalo bakhandwe ngamatshe; wena-ke uthini na?

Uka jalj uñjjattʼäta



Johane 8:5
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Isixuku siyobakhanda ngamatshe sibakhiphe nezinkemba zaso; kumelwe babulale amadodana abo namadodakazi abo futhi bashise izindlu zabo ngomlilo.


Umuntu ophinga nomfazi wenye indoda, nalowo ophinga nomkamakhelwane wakhe, isiphingi nesiphingikazi bayakubulawa nokubulawa.


Khona uJosefa indoda yakhe, engumuntu olungileyo, engathandi ukumenza ihlazo, waqonda ukumala ngasese.


Ningacabangi ukuthi ngize ukuchitha umthetho noma abaprofethi; angizanga ukuchitha, kodwa ukugcwalisa.


Bathi kuye: “Mfundisi, lo wesifazane ubanjwe esoqotsheni lokuphinga.