UPilatu wasesithi kuye: Ngakho wena uyinkosi yini? UJesu waphendula wathi: Wena uthi ngiyinkosi. Ngazalelwa lokho, futhi ngezela lokho ezweni, ukuze ngifakazele iqiniso. Bonke abeqiniso bayalizwa izwi lami.
Johane 8:45 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba nginitshela iqiniso, anikholwa yimi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha mina, ngokuba ngikhuluma iqiniso, anikholwa yimi. IsiZulu 2020 Kepha ngenxa yokuba ngikhuluma iqiniso, aningikholwa. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba nginitshela iqiniso, anikholwa yimi. |
UPilatu wasesithi kuye: Ngakho wena uyinkosi yini? UJesu waphendula wathi: Wena uthi ngiyinkosi. Ngazalelwa lokho, futhi ngezela lokho ezweni, ukuze ngifakazele iqiniso. Bonke abeqiniso bayalizwa izwi lami.
Izwe lingenizonde; kodwa mina liyangizonda, ngoba ngifakaza ngalo, ukuthi imisebenzi yalo mibi.
Ngubani kini ongangisola ngesono na? Uma ngikhuluma iqiniso, aningikholwa ngani na?
nangayo yonke inkohliso yokungalungi kwababhubhayo; ngoba kabamukelanga uthando lweqiniso, ukuze basindiswe.