Ngokuqondene nemisebenzi yabantu, ngezwi lezindebe zakho ngizigcinile ezindleleni zomchithi.
Johane 8:23 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wathi kubo: “Nina ningabaphansi; Mina ngingowaphezulu; nina ningabakalumhlaba; mina angisiye owalumhlaba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wathi kubo: “Nina ningabaphansi, mina ngingowaphezulu; nina ningabaleli zwe, mina angingowaleli zwe. IsiZulu 2020 UJesu wathi kubo: “Nina ningabalapha ezweni, kodwa Mina ngingowaphezulu. Nina ningabaleli lizwe, kodwa Mina angisiye owaleli lizwe. Baasraak Zulu New Testament Bible Wathi kubo: “Nina ningabaphansi; Mina ngingowaphezulu; nina ningabakalumhlaba; mina angisiye owalumhlaba. |
Ngokuqondene nemisebenzi yabantu, ngezwi lezindebe zakho ngizigcinile ezindleleni zomchithi.
ULizwi waba yinyama, wakha phakathi kwethu, sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo njengeyozelwe yedwa kuYise, egcwele umusa neqiniso.
Mina ngibanikile izwi lakho; nezwe labazonda, ngokuba bengesibo abezwe, njengalokhu nami ngingesiye owezwe.
Akakho nowenyukele ezulwini, kuphela yena owehla ezulwini, iNdodana yomuntu esezulwini.
Ovela phezulu uphezu kwabo bonke; ongowomhlaba ungowomhlaba, futhi ukhuluma okomhlaba;
Ziphingi neziphingi, anazi yini ukuthi ubungane bezwe bungubutha kuNkulunkulu? ngakho loba ngubani othanda ukuba ngumngane welizwe uyisitha sikaNkulunkulu.