libeke phambi kwakhe amadoda amabili, amadodana kaBheliyali, afakaze ngaye athi: Uthukile uNkulunkulu lenkosi; Bese nimkhiphela ngaphandle nimkhande ngamatshe, ukuze afe.
Johane 8:17 - Contemporary Zulu Bible 2024 Nasemlayweni wenu kulotshiwe ukuthi ubufakazi babantu ababili buqinisile. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yebo, kulotshiwe nasemthethweni wakini ukuthi ubufakazi babantu ababili bungobuqinisileyo. IsiZulu 2020 Kanjalo nasemthethweni wakini kulotshiwe ukuthi ubufakazi babantu ababili buyiqiniso. Baasraak Zulu New Testament Bible Nasemlayweni wenu kulotshiwe ukuthi ubufakazi babantu ababili buqinisile. |
libeke phambi kwakhe amadoda amabili, amadodana kaBheliyali, afakaze ngaye athi: Uthukile uNkulunkulu lenkosi; Bese nimkhiphela ngaphandle nimkhande ngamatshe, ukuze afe.
Loba ngubani obulala umuntu, umbulali kumele abulawe ngomlomo wabofakazi; kepha ufakazi oyedwa akayikufakaza ngomuntu ukuba afe.
Kodwa uma engakulaleli, thatha kanye nawe oyedwa noma ababili, ukuze ngomlomo wawofakazi ababili noma abathathu wonke amazwi aqiniswe.
UJesu wabaphendula wathi: Kakulotshiwe yini emthethweni wenu ukuthi: Mina ngathi: Lingonkulunkulu?
Kodwa lokhu kwenzeka ukuze kugcwaliseke ilizwi elilotshiweyo emthethweni wabo elithi: Bangizonda ngeze.
Sekungokwesithathu ngiza kini. Ngomlomo wawofakazi ababili noma abathathu wonke amazwi ayakuqiniswa.
Ngakho-ke umthetho waba ngumfundisi wethu wokusiyisa kuKristu, ukuze silungisiswe ngokukholwa.
Ngomlomo wawofakazi ababili noma kofakazi abathathu, lowo ofanele ukufa makabulawe; kodwa ngomlomo wofakazi oyedwa kayikubulawa.
Ufakazi oyedwa akayikuma ngomuntu ngobubi noma ngesono kunoma yisiphi isono one ngaso; ngomlomo wawofakazi ababili noma ngomlomo wawofakazi abathathu indaba iyakuqiniswa.
Uma samukela ubufakazi babantu, ubufakazi bukaNkulunkulu bukhulu, ngokuba ubufakazi bukaNkulunkulu buyilobu abufakazile ngeNdodana yakhe.
Ngizanika ofakazi bami ababili amandla, njalo bazaphrofetha insuku eziyinkulungwane lamakhulu amabili lamatshumi ayisithupha bembethe isaka.