Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Johane 7:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

Khuphukani nina niye emkhosini; mina angikakhuphukeli kulo mkhosi; ngoba isikhathi sami asikafiki.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Yenyukani nina, niye emkhosini; mina angenyukeli manje kulo mkhosi; ngokuba esami isikhathi asikapheleli.”

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Nina khuphukelani emkhosini. Mina angiyi kulo mkhosi, ngokuba isikhathi sami asikapheleli.”

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Khuphukani nina niye emkhosini; mina angikakhuphukeli kulo mkhosi; ngoba isikhathi sami asikafiki.

Uka jalj uñjjattʼäta



Johane 7:8
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wathi: “Hambani niye emzini kumuntu othile, nithi kuye: ‘Uthi uMfundisi: Isikhathi sami siseduze; ngizakwenza iphasika kwakho kanye labafundi bami.


UJesu wathi kuye: “Mame, nginamsebenzi muni nawe? ihora lami alikafiki.


Base befuna ukumbamba, kepha akubangakho owambeka isandla, ngokuba isikhathi sakhe sasingakafiki.


Khona uJesu wathi kubo: “Isikhathi sami asikafiki, kepha isikhathi senu sihlezi silungile.


Eseshilo lokho kubo wahlala eGalile.


UJesu wawakhuluma lawo mazwi ngasebhokisini lomnikelo efundisa ethempelini; ngoba ihola lakhe lalingakafiki.


Esakhuluma lawo mazwi, abaningi bakholwa nguye.