Basuka, kwaba yilowo nalowo waya endlini yakhe.
Base behamba, kwaba yilowo nalowo waya ekhaya.
UJehova uyachitha icebo lezizwe; Uchitha amacebo abantu.
Impela, ulaka lomuntu luyakudumisa;
Abanamandla enhliziyweni baphangwa, balala ubuthongo babo, akwabakho noyedwa kwabanamandla owathola izandla zabo.
Baphendula, bathi kuye: “Kanti nawe ungowaseGalile na? Phenya, ubone ukuthi akuveli mprofethi eGalile.
UJesu waya eNtabeni Yeminqumo.
Kwathi sesivalelisane, sangena emkhunjini; babuyela ekhaya futhi.