Bayakuhamba nezimvu zabo nezinkomo zabo ukumfuna uJehova; kodwa ngeke bamthole; wasuka kubo.
Johane 7:34 - Contemporary Zulu Bible 2024 Niyakungifuna, ningangifumani, nalapho ngikhona, ningeze nina. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Niyakungifuna, ningangifumani, nalapho ngikhona, ningeze nina.” IsiZulu 2020 Niyakungifuna ningangitholi, futhi nalapho ngikhona, ngeke nikwazi ukuza lapho.” Baasraak Zulu New Testament Bible Niyakungifuna, ningangifumani, nalapho ngikhona, ningeze nina. |
Bayakuhamba nezimvu zabo nezinkomo zabo ukumfuna uJehova; kodwa ngeke bamthole; wasuka kubo.
Ngokuba ngithi kini: Anisayikungibona kusukela manje, nize nithi: Ubusisiwe ozayo egameni leNkosi.
Futhi uma ngiya nginilungisela indawo, ngobuye ngize, nginemukele kimi; ukuze lapho ngikhona, libe khona lani.
UJesu wathi kuye: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.
Baba, ngithanda ukuba labo onginike bona nabo babe nami lapho ngikhona; ukuze babone inkazimulo yami onginike yona, ngokuba wangithanda kungakasekelwa umhlaba.
Yizwi lini leli alishoyo lokuthi: Niyakungifuna, ningangifumani, nalapho ngikhona, ningeze nina na?