U-Abrahama wayisoka indodana yakhe u-Isaka inezinsuku eziyisishiyagalombili, njengalokho uNkulunkulu emyalile.
Johane 7:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakho uMose uninikile ukusoka; (kungesikho ukuthi kuvela kuMose kodwa kokhokho), niyakusoka umuntu nangesabatha. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba uMose uninikile ukusoka – kungesikho ukuthi kuvela kuMose kodwa kokhokho – niyamsoka umuntu nangesabatha. IsiZulu 2020 UMose uninike ukusoka, kungesikho ukuthi kuvela kuye kodwa kokhokho. Niyamsoka umuntu ngeSabatha. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngakho uMose uninikile ukusoka; (kungesikho ukuthi kuvela kuMose kodwa kokhokho), niyakusoka umuntu nangesabatha. |
U-Abrahama wayisoka indodana yakhe u-Isaka inezinsuku eziyisishiyagalombili, njengalokho uNkulunkulu emyalile.
Wasemnika isivumelwano sokusoka; ngakho u-Abhrahama wazala u-Isaka, wamsoka ngosuku lwesificaminwembili; u-Isaka wazala uJakobe; uJakobe wazala okhokho abayishumi nambili.
Ngisho lokhu ukuthi isivumelwano esaqiniswa ngaphambili nguNkulunkulu kuKristu, umthetho owaba khona emva kweminyaka engamakhulu amane namashumi amathathu, awunakuchithwa, ukuze usenze ize isithembiso.