Sebemtholile ngaphetsheya kolwandle, bathi kuye: Rabi, ufike nini lapha?
Kwathi ukuba bamfumane phesheya kolwandle, bathi: “Rabi, ufike nini lapha na?”
Sesimfumene ngaphesheya kolwandle, sathi kuye: “Rabi, ufike nini lapha na?”
Sebewelile, bafika ezweni laseGenesaretha.
nokubingelelwa ezigcawini, nokubizwa ngabantu ngokuthi Rabi, Rabi.
Kepha nina maningabizwa ngokuthi Rabi, ngokuba munye uMfundisi wenu, uKristu; lani lonke lingabazalwane.
Sebewelile bafika ezweni laseGenesaretha, bamisa ogwini.
Kusenjalo abafundi bakhe bamncenga, besithi: Rabi, yidla.