Johane 6:18 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwase kuvuka ulwandle ngenxa yokuvunguza komoya omkhulu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwavunguza umoya omkhulu, lwavuka ulwandle. IsiZulu 2020 Kwasuka isivunguvungu esikhulu, kwadlanga amaza olwandle. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwase kuvuka ulwandle ngenxa yokuvunguza komoya omkhulu. |
Wenza inkungu ikhuphuke emikhawulweni yomhlaba; wenzela imvula imibani; ukhipha umoya engcebeni yakhe.
Kepha umkhumbi wawususukile elwandle, unyakaziswa ngamaza, ngokuba umoya wawuphambene.
Bangena emkhunjini, bawela ulwandle ngaseKapernawume. Kwasekumnyama, uJesu engakafiki kubo.
Sebegwedlile kungathi amastadiyu angamashumi amabili nanhlanu noma amashumi amathathu, babona uJesu ehamba phezu kolwandle, esondela emkhunjini;