Khona oyisishosha uyakugxuma njengendluzele, nolimi lwesimungulu luyakuhuba, ngokuba kuyakubhoboka amanzi ogwadule, nemifudlana ehlane.
Johane 5:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wahle wasinda umuntu, wathatha uhlaka lwakhe, wahamba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesephila masinyane lowo muntu, wathabatha uhlaka lwakhe, wahamba. Kwakuyisabatha ngalolo suku. IsiZulu 2020 Umuntu wasinda ngaleso sikhathi, wayesethatha uhlaka lwakhe, wahamba. Baasraak Zulu New Testament Bible Wahle wasinda umuntu, wathatha uhlaka lwakhe, wahamba. |
Khona oyisishosha uyakugxuma njengendluzele, nolimi lwesimungulu luyakuhuba, ngokuba kuyakubhoboka amanzi ogwadule, nemifudlana ehlane.
Usho kanje uJehova, uthi: Ziqapheleni nina, ningathwali mthwalo ngosuku lwesabatha, ningawungenisi ngamasango aseJerusalema;
Wasondela, wambamba ngesandla, wamsukumisa; umkhuhlane wamyeka masinyane, wabakhonza.
UJesu wathi kuye: “Hamba; ukukholwa kwakho kukusindisile. Yahle yabona, yamlandela uJesu endleleni.
Njalo wahle woma umthombo wegazi lakhe; wezwa emzimbeni ukuthi uphulukisiwe kuleso sifo.
Uma umuntu emukela ukusoka ngesabatha, ukuze kungephulwa umthetho kaMose; niyangithukuthelela, ngokuba ngiphilise umuntu ngesabatha na?