Kepha uNkulunkulu weza ku-Abimeleki ngephupho ebusuku, wathi kuye: “Bheka, ungofileyo ngenxa yowesifazane omthathileyo; ngoba ungumfazi womuntu.
Johane 4:18 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba ubunamadoda amahlanu; le onayo kalokhu akusiyo indoda yakho; IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngokuba usuke waba namadoda ayisihlanu; le onayo kalokhu akusiyo indoda yakho. Lokhu ukusho ngeqiniso.” IsiZulu 2020 ngokuba sewuke waba namadoda ayisihlanu, nale onayo manje akusiyo eyakho. Lokhu okushoyo kuyiqiniso.” Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba ubunamadoda amahlanu; le onayo kalokhu akusiyo indoda yakho; |
Kepha uNkulunkulu weza ku-Abimeleki ngephupho ebusuku, wathi kuye: “Bheka, ungofileyo ngenxa yowesifazane omthathileyo; ngoba ungumfazi womuntu.
UShekemi indodana kaHamori umHivi, umbusi wezwe, wambona, wamthatha, walala naye, wangcolisa.
Impela, njengokungathi umfazi eshiya umyeni wakhe ngokungathembeki, kanjalo nenzé ubuphambeko kimi nina ndlu ka-Israyeli,” usho uJehova.
Lona ngumthetho wesikhwele lapho owesifazane engena esikhundleni somyeni wakhe, angcoliswe;
Owesifazana waphendula wathi: Kangilandoda. UJesu wathi kuye: “Usho kahle ukuthi: Anginandoda;
Ngakho-ke uma umyeni wakhe esekhona, uyakuthiwa isifebe, uma eba ngowenye indoda; ukuze angabi sisiphingi, noma engendela kwenye indoda.
Ukuganana makuhlonishwe yibo bonke, nombhede ungabi nasisihla, kepha izifebe neziphingi uNkulunkulu uyakuzahlulela.
Futhi ngathenga uRuthe, umMowabi, umkaMagiloni, ukuba abe ngumkami, ukuze ngivuse igama lofileyo efeni lakhe, ukuze igama lofileyo linganqunywa phakathi kwabafowabo naphakathi kwabafowabo. Isango lendawo yakhe: ningofakazi namuhla.