Mina nginibhapathiza ngamanzi kukho ukuphenduka; kepha ozayo emva kwami unamandla kunami, engingafanele ukuthwala izicathulo zakhe;
Johane 3:25 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwase kuba khona ukuphikisana phakathi kwabafundi bakaJohane nabaJuda ngokuhlambulula. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwase kuvela ukuphikisana phakathi kwabafundi bakaJohane nabaJuda ngokuhlambulula. IsiZulu 2020 Kwaqubuka impikiswano phakathi kwabafundi bakaJohane nomJuda othile mayelana nokuhlambulula. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwase kuba khona ukuphikisana phakathi kwabafundi bakaJohane nabaJuda ngokuhlambulula. |
Mina nginibhapathiza ngamanzi kukho ukuphenduka; kepha ozayo emva kwami unamandla kunami, engingafanele ukuthwala izicathulo zakhe;
Ngokuba nidela umyalo kaNkulunkulu, nibambe isiko labantu, njengokugezisa amakhanzi nezindebe, nezinye eziningi ezinjalo niyazenza.
Kwakukhona lapho izimbiza zamanzi eziyisithupha zamatshe ngokwesimiso samaJuda sokuhlambulula, iyinye ingalingana amashedi amabili nantathu.
Eyemfundiso yemibhabhadiso, nokubeka izandla, nokuvuka kwabafileyo, nokwahlulelwa okuphakade.
ababemi kuphela ekudleni lekuphuzweni, lokugezisa izinhlobonhlobo, lezimiso zenyama, ababekwe phezu kwabo kuze kufike isikhathi sokuguqulwa.
Ngakho-ke kwakudingekile ukuba imifanekiso yezinto ezisezulwini ihlanzwe ngalokho; kodwa okusezulwini ngokwako kunemihlatshelo engcono kunale.
Umfanekiso onjengawo umbhapathizo osusisindisa ngawo manje, kungesikho ukususa insila yenyama, kodwa impendulo kanembeza omuhle kuNkulunkulu, ngokuvuka kukaJesu Kristu;