Johane 21:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu wayesesiza, wathatha isinkwa, wabanika, nezinhlanzi ngokunjalo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJesu weza, wathabatha isinkwa, wabapha, nezinhlanzi futhi. IsiZulu 2020 UJesu weza, wathatha isinkwa, wabapha, nangezinhlanzi wenza kanjalo. Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu wayesesiza, wathatha isinkwa, wabanika, nezinhlanzi ngokunjalo. |
Khona sebefikile emhlabathini, babona umlilo wamalahle, nezinhlanzi kubekwe kuwo, nesinkwa.
UJesu wathatha izinkwa; esebongile wababela ababehlezi phansi; kanjalo nezinhlanzi ngokuthanda kwabo.
Hhayi kubantu bonke, kodwa kubofakazi abakhethwe ngaphambili nguNkulunkulu, kithina esadla, saphuza naye emva kokuvuka kwakhe kwabafileyo.