Wasesithi kuso: Uba bengalaleli uMozisi labaprofethi, kabayikuvunyiswa, loba kuvuka omunye kwabafileyo.
Johane 20:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wasengena lalowo mfundi ofike kuqala ethuneni, wabona, wakholwa; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Khona wayesengena nomfundi omunye ofike kuqala ethuneni, wabona, wakholwa; IsiZulu 2020 Ngakho-ke wangena-ke nomfundi omunye obefike kuqala ethuneni, wabona, wakholwa, Baasraak Zulu New Testament Bible Wasengena lalowo mfundi ofike kuqala ethuneni, wabona, wakholwa; |
Wasesithi kuso: Uba bengalaleli uMozisi labaprofethi, kabayikuvunyiswa, loba kuvuka omunye kwabafileyo.
UJesu waphendula, wathi kuye: Uyakholwa ngokuba ngithe kuwe ngikubone uphansi komkhiwane? uzabona izinto ezinkulu kulalezi.
Ngakho abanye abafundi bathi kuye: Siyibonile iNkosi. Kodwa wathi kubo: Ngaphandle kokuthi ngibone ezandleni zayo inxeba lezipikili, ngifake umunwe wami enxebeni lezipikili, ngifake isandla sami ohlangothini lwayo, ngeke ngikholwe.
Base begijima bobabili kanyekanye; kepha omunye umfundi wamgijima kakhulu uPetru, wafika kuqala ethuneni.