Esehlezi esihlalweni sokwahlulela, umkakhe wathumela kuye, wathi: “Ungabi nandaba nalowo muntu olungileyo, ngokuba ngihlupheke kakhulu namuhla ngaye ephusheni.
Johane 19:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 UPilatu wabuye waphuma, wathi kubo: Bhekani, ngimkhiphela kini, ukuze nazi ukuthi angifumani cala kuye. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UPilatu wabuye waphuma, wathi kubo: “Bhekani, ngimkhiphela kini, ukuze nazi ukuba angifumani cala kuye.” IsiZulu 2020 UPilatu waphuma futhi, wathi kubo: “Niyabona-ke, ngimnikela kini, ukuba nazi ukuthi mina angifumananga cala kuye.” Baasraak Zulu New Testament Bible UPilatu wabuye waphuma, wathi kubo: Bhekani, ngimkhiphela kini, ukuze nazi ukuthi angifumani cala kuye. |
Esehlezi esihlalweni sokwahlulela, umkakhe wathumela kuye, wathi: “Ungabi nandaba nalowo muntu olungileyo, ngokuba ngihlupheke kakhulu namuhla ngaye ephusheni.
Kwathi uPilatu ebona ukuthi kakusizi lutho, kodwa ukuthi isiyaluyalu sisuka kakhulu, wathatha amanzi, wageza izandla phambi kwexuku, wathi: Anginacala egazini lalumuntu olungileyo; ziboneleni lina.
esithi: Ngonile ngokukhaphela igazi elingelacala. Basebesithi: Kuyini kithi lokho? bheka wena.
Kwathi induna yekhulu nababe nayo belinda uJesu bebona ukuzamazama komhlaba nalokho okwenzekileyo besaba kakhulu, bathi: “Nempela lo ubeyiNdodana kaNkulunkulu.
UPilatu wayesethi kubapristi abakhulu nasezixukwini: “Angitholi cala kulo muntu.
Kepha thina ngokweqiniso; ngoba thina samukela umvuzo wezenzo zethu; kodwa yena lo akenzanga lutho olubi.
Induna yekhulu isibonile okwenzekileyo, yamdumisa uNkulunkulu, ithi: “Nempela lo ubengumuntu olungileyo.
UPilatu wayesephinda engena endlini yokwahlulela, wabiza uJesu, wathi kuye: “Wena uyinkosi yabaJuda na?
UPilatu wathi kuye: Liyini iqiniso? Eseshilo lokho wabuye waphuma, waya kumaJuda, wathi kuwo: “Angifumani cala kuye nakanye.
Kwathi abapristi abakhulu nezikhonzi bembona, bamemeza bathi: “Mbethele, mbethele esiphambanweni! UPilatu wathi kubo: “Mthatheni nina, nimbethele, ngokuba mina angitholi cala kuye.
Ngokuba yena ongasazi isono wamenza isono esikhundleni sethu; ukuze senziwe ukulunga kukaNkulunkulu kuye.
Ngokuba umpristi omkhulu onjalo usifanele, ongcwele, ongenacala, ongenabala, owahlukanisiwe nezoni, ophakanyiswe ngaphezu kwamazulu;
Ngokuba noKristu wahlupheka kwaba kanye ngenxa yezono, olungileyo ngenxa yabangalungile, ukuze asiyise kuNkulunkulu, ebulawa enyameni, kodwa ephiliswa ngoMoya;
Niyazi ukuthi yena wabonakaliswa, ukuze asuse izono zethu; njalo kakulasono kuye.