Johane 18:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Khona uJudasi esethathe isigaba samabutho nezikhonzi kubapristi abakhulu nabaFarisi, wafika khona nezibani nezibani nezikhali. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Khona uJuda, esethole isigaba samabutho nezikhonzi kubapristi abakhulu nabaFarisi, waya lapho, benezihlanti nezibani nezikhali. IsiZulu 2020 UJuda esetholile isigejana samabutho, izikhonzi zabaphristi abakhulu, nabaFarisi, wahamba nabo baya kuleyo ndawo, bephethe izihlonti, izibani nezikhali. Baasraak Zulu New Testament Bible Khona uJudasi esethathe isigaba samabutho nezikhonzi kubapristi abakhulu nabaFarisi, wafika khona nezibani nezibani nezikhali. |
Khona umbuso wezulu uyakufaniswa nezintombi eziyishumi ezathatha izibani zazo, zaphuma ukuyohlangabeza umyeni.
Sekudliwe isidlo sakusihlwa, uSathane esefakile enhliziyweni kaJuda Iskariyothe kaSimoni ukuba amkhaphele;
Khona iviyo nenduna yenkulungwane nezikhonzi zabaJuda bambamba uJesu, bambopha.
Kwakumi izinceku nezikhonzi zibasile umlilo wamalahle; Base besotha, noPetru wayemi nabo otha.
Esetshilo lokho, omunye wabancedisi ababemi khona wamtshaya uJesu ngentende, wathi: “Uphendula njalo umpristi omkhulu na?
Kwathi abapristi abakhulu nezikhonzi bembona, bamemeza bathi: “Mbethele, mbethele esiphambanweni! UPilatu wathi kubo: “Mthatheni nina, nimbethele, ngokuba mina angitholi cala kuye.
AbaFarisi bezwa ixuku likhonona lezizinto ngaye; abaFarisi nabapristi abakhulu bathuma izikhonzi ukuba zimbambe.
Madoda, bazalwane, kwakumele ukuba kugcwaliseke lombhalo uMoya oNgcwele owakhuluma ngaphambili ngomlomo kaDavida ngoJudasi owayengumkhokheli walabo abambamba uJesu.
Kwakukhona eKesariya indoda ethile, uKorneliyu, eyinduna yekhulu yebutho elithiwa ibutho lamaNtaliyane,