Uma uchoko luqubuka esikhumbeni, uchoko lusibekele sonke isikhumba salowo onesifo, kusukela ekhanda lakhe kuze kufike ezinyaweni zakhe, nomaphi lapho umpristi ebheka khona;
Johane 16:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Njalo nxa esefikile yena, uzalaya ilizwe ngesono, langokulunga, langokwahlulela; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Lapho esefikile yena, uyakuqondisa izwe ngesono, nangokulunga, nangokwahlulela: IsiZulu 2020 Lapho esefikile Yena, uyokulambulela izwe ukuthi leduke kangakanani mayelana nesono, nangokulunga, nangokwahlulela. Baasraak Zulu New Testament Bible Njalo nxa esefikile yena, uzalaya ilizwe ngesono, langokulunga, langokwahlulela; |
Uma uchoko luqubuka esikhumbeni, uchoko lusibekele sonke isikhumba salowo onesifo, kusukela ekhanda lakhe kuze kufike ezinyaweni zakhe, nomaphi lapho umpristi ebheka khona;
Ngiyakuthululela phezu kwendlu kaDavide naphezu kwabakhileyo eJerusalema umoya womusa nokunxusa; futhi bayongibheka mina abangigwazayo, futhi bayomlilela njengoba nje umuntu elilela indodana yakhe eyodwa, futhi bayoba munyu kuyo, njengomuntu omunyu ngenxa yezibulo lakhe.
Nokho nginitshela iqiniso; kunilungele ukuba ngimuke, ngokuba uma ngingamuki, uMduduzi kayikuza kini; kepha uma ngimuka, ngiyakumthumela kini.
Ngubani kini ongangisola ngesono na? Uma ngikhuluma iqiniso, aningikholwa ngani na?
Labo abakuzwayo belahlwa ngunembeza wabo, baphuma ngamunye ngamunye, beqalela kwabadala kwaze kwaba kwabokugcina; uJesu wasala yedwa, nowesifazane emi phakathi.
Kwathi sebezwile lokho bahlabeka enhliziyweni, bathi kuPetro lakwabanye abaphostoli: Madoda, bazalwane, sizakwenzani?
Kepha uma bonke beprofetha, kungene ongakholwayo noma ongafundile, uyovunywa yibo bonke, ahlulelwe yibo bonke;
Ukuba ahlulele bonke, asole bonke abangamesabi uNkulunkulu phakathi kwabo ngazo zonke izenzo zabo zokungamesabi uNkulunkulu abazenzile, nangawo wonke amazwi abo alukhuni izoni ezingamesabi uNkulunkulu eziwakhulume ngaye.