Johane 16:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngisenezinto eziningi engizonitshela zona, kodwa ningekuthwale manje. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Ngise nokuningi okokunitshela, kodwa ningekuthwale manje. IsiZulu 2020 “Kusekuningi enginganitshela khona, kodwa manje ningekuthwale. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngisenezinto eziningi engizonitshela zona, kodwa ningekuthwale manje. |
Angisasayikukhuluma okuningi nani, ngokuba uyeza umbusi walumhlaba, kepha akanalutho kimi.
Kusukela manje anginibizi ngokuthi izinceku; ngokuba inceku ayikwazi okwenziwa inkosi yayo; ngokuba konke engikuzwile kuBaba nginazisile khona.
Kepha nxa esefikile yena, uMoya weqiniso, uzakuniholela kulo lonke iqiniso, ngokuba akayikuzikhulumela ngokwakhe; kepha lokho akuzwayo uyakukukhuluma, anibikele okuzayo.
azibonakalisa kubo ephila emva kokuhlupheka kwakhe ngobufakazi obuningi obungenaphutha, ebonwa yibo izinsuku ezingamashumi amane, ekhuluma izinto eziphathelene nombuso kaNkulunkulu;