Johane 15:25 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa lokhu kwenzeka ukuze kugcwaliseke ilizwi elilotshiweyo emthethweni wabo elithi: Bangizonda ngeze. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kodwa kunjalo ukuba kugcwaliseke izwi elilotshiweyo emthethweni wakubo lokuthi: ‘Bangizonda ngeze.’ IsiZulu 2020 Kepha ukuze kugcwaliseke izwi elilotshwe emthethweni wakubo elithi: ‘Bangizonda ngeze.’ Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa lokhu kwenzeka ukuze kugcwaliseke ilizwi elilotshiweyo emthethweni wabo elithi: Bangizonda ngeze. |
Abangizondayo ngeze baningi kunezinwele zekhanda lami; labo ababefuna ukungibhubhisa, ngoba beyizitha zami, banamandla; ngase ngibuyisela lokho engingakuthathanga.
Uma ngiphindisele okubi kobenokuthula nami; Yebo, ngimsindisile oyisitha sami ngaphandle kwesizathu.
Phulisani abagulayo, nihlambulule abanochoko, nivuse abafileyo, nikhiphe amademoni;
Wathi kubo: Lawa angamazwi engawakhuluma kini ngisenani, ukuthi kumele kugcwaliseke konke okulotshiweyo emlayweni kaMozisi, lakubaprofethi, lemahutsheni, mina.
UJesu wabaphendula wathi: Kakulotshiwe yini emthethweni wenu ukuthi: Mina ngathi: Lingonkulunkulu?
Kangikhulumi ngani lonke; ngiyabazi engibakhethileyo, kodwa ukuze kugcwaliseke umbhalo othi: Odla isinkwa lami ungiphakamisele isithende sakhe.
Ngoba lezizinto zenziwa ukuze kugcwaliseke umbhalo othi: Akuyikuphulwa thambo lakhe.
Khathesi siyazi ukuthi konke okutshoyo umlayoukutsho kwabangaphansi komlayo, ukuze yonke imilomo ivinjwe, lokuthi umhlaba wonke ube lecala phambi kukaNkulunkulu.
Ngenza isono yini ngokuzithoba ukuze niphakanyiswe nina, ngokuba ngishumayele ivangeli likaNkulunkulu ngesihle na?
Angiwujabhi umusa kaNkulunkulu; ngokuba uma ukulunga kuvela ngomthetho, khona uKristu wafela ize.
Asidlanga sinkwa samuntu mahhala; kodwa sisebenza ngokukhandleka nangomshikashiko ubusuku nemini, ukuze singabi mthwalo kunoma yimuphi kini.
Wathi kimi: Sekwenzekile. Mina ngingu-Alfa no-Omega, isiqalo nesiphetho. Owomileyo ngiyakumnika ngesihle emthonjeni wamanzi okuphila.
UMoya nomlobokazi bathi: Woza. Nozwayo makathi: Woza. Nowomileyo makeze. Futhi yilowo nalowo othanda makathathe amanzi okuphila ngesihle.