Kepha ngithi kini bangane bami: Ningabesabi ababulala umzimba, bengenakwenza okunye emva kwalokho.
Johane 15:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Akakho onothando olukhulu kunalolu, lokuba adele ukuphila kwakhe ngenxa yabangane bakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Akakho onothando olukhulu kunalolo lokuba adele ukuphila kwakhe ngenxa yabahlobo bakhe. IsiZulu 2020 Akekho onothando olwedlula olokuba umuntu adele ukuphila kwakhe ngenxa yabangani bakhe. Baasraak Zulu New Testament Bible Akakho onothando olukhulu kunalolu, lokuba adele ukuphila kwakhe ngenxa yabangane bakhe. |
Kepha ngithi kini bangane bami: Ningabesabi ababulala umzimba, bengenakwenza okunye emva kwalokho.
Njengokuba uBaba uyangazi, nami ngiyamazi uBaba, futhi ngidela ukuphila kwami ngenxa yezimvu.
nihambe othandweni, njengalokho noKristu wasithanda, wazinikela ngenxa yethu, abe ngumnikelo nomhlatshelo kuNkulunkulu, abe yiphunga elimnandi.
Ngalokho silwazile uthando, ngokuba yena wasibekela phansi ukuphila kwakhe; nathi sifanele ukubeka ukuphila ngenxa yabazalwane.