Kuyakuthengwa amazwe kuleli zwe enisho ngalo ukuthi: Liyihlane elingenamuntu nasilwane; linikelwe esandleni samaKaledi.
Johane 13:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu waphendula wathi kuye: Engikwenzayo kawukwazi khathesi; kodwa uzakwazi emva kwalokhu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJesu waphendula, wathi kuye: “Lokhu engikwenzayo awukwazi manje, kodwa uzakukuqonda emva kwalokhu.” IsiZulu 2020 UJesu waphendula, wathi kuye: “Engikwenzayo manje awukwazi, kodwa uzakuqonda emva kwalokhu.” Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu waphendula wathi kuye: Engikwenzayo kawukwazi khathesi; kodwa uzakwazi emva kwalokhu. |
Kuyakuthengwa amazwe kuleli zwe enisho ngalo ukuthi: Liyihlane elingenamuntu nasilwane; linikelwe esandleni samaKaledi.
Ubusisiwe olindayo afinyelele izinsuku eziyinkulungwane lamakhulu amathathu lamatshumi amathathu lanhlanu.
Ngakuzwa, kepha angiqondanga; ngase ngithi: O Nkosi yami, kuyoba yini ukuphela kwalezi zinto na?
USimoni Petru wathi kuye: “Nkosi, uya ngaphi na? UJesu wamphendula wathi: Lapho ngiya khona, ungengilandele kalokhu; kepha uyakungilandela ngasemuva.
Kepha uMduduzi, uMoya oNgcwele, uBaba ayakumthumela egameni lami uyakunifundisa zonke izinto, anikhumbuze konke enginitshele khona.