Lezo zinto zenzeka eBethabara ngaphesheya kweJordani, lapho uJohane wayebhapathiza khona.
Johane 10:40 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wabuye wamuka waya phesheya kweJordani, endaweni uJohane ayebhapathiza kuyo kuqala; wahlala khona. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Waphinda wamuka, waya phesheya kweJordani kuleyo ndawo lapho uJohane waqala ukubhapathiza khona, wahlala lapho. IsiZulu 2020 Wahamba futhi, waya phesheya kweJordani lapho uJohane aqala khona ukubhabhadisa, wahlala khona. Baasraak Zulu New Testament Bible Wabuye wamuka waya phesheya kweJordani, endaweni uJohane ayebhapathiza kuyo kuqala; wahlala khona. |
Lezo zinto zenzeka eBethabara ngaphesheya kweJordani, lapho uJohane wayebhapathiza khona.
Ngakho uJesu akabange esahamba obala phakathi kwabaJuda; kepha wamuka lapho, waya ezweni eliseduze nehlane emzini othiwa i-Efrayimi, wahlala khona nabafundi bakhe.
Base beza kuJohane, bathi kuye: “Rabi, lowo owayenawe ngaphesheya kweJordani, owafakaza ngaye, bheka, yena uyabhapathiza, futhi bonke beza kuye.
Emva kwalokho uJesu wahambahamba eGalile, ngokuba wayengathandi ukuhamba eJudiya, ngokuba abaJuda babefuna ukumbulala.