Johane 10:39 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakho baphinda bafuna ukumbamba, kodwa waphunyuka esandleni sabo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Base befuna futhi ukumbamba, kepha waphunyuka esandleni sabo. IsiZulu 2020 Ngakho-ke bafuna ukumbamba, kodwa waphunyuka ezandleni zabo. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngakho baphinda bafuna ukumbamba, kodwa waphunyuka esandleni sabo. |
Base befuna ukumbamba, kepha akubangakho owambeka isandla, ngokuba isikhathi sakhe sasingakafiki.
Base bedobha amatshe ukuba bamjikijele, kepha uJesu wacasha, waphuma ethempelini, edabula phakathi kwabo, wadlula kanjalo.