Johane 10:23 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu wayehambahamba ethempelini ekhulusini likaSolomoni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJesu wayehamba ethempelini emphemeni kaSolomoni. IsiZulu 2020 UJesu wayehamba ethempelini, emphemeni kaSolomoni. Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu wayehambahamba ethempelini ekhulusini likaSolomoni. |
Kwathi isinyonga esisilisiweyo sibambe oPetru noJohane, abantu bonke bagijimela kubo kanyekanye ekhulusini elithiwa elikaSolomoni, bemangele kakhulu.
Ngezandla zabaphostoli kwenziwa izibonakaliso nezimangaliso eziningi phakathi kwabantu; bonke babe nganhliziyonye ekhulusini likaSolomoni.