Koze kube nini nina zithutha nithanda ubuwula? nezideleli zijabulela ukuklolodela, neziwula zizonda ukwazi?
Johane 1:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ukukhanya kukhanya ebumnyameni; ubumnyama abukwamukelanga. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ukukhanya kukhanya ebumnyameni, kepha ubumnyama abukwamukelanga. IsiZulu 2020 Ukukhanya kukhanya ebumnyameni, kepha ubumnyama abukwazanga ukukucima. Baasraak Zulu New Testament Bible Ukukhanya kukhanya ebumnyameni; ubumnyama abukwamukelanga. |
Koze kube nini nina zithutha nithanda ubuwula? nezideleli zijabulela ukuklolodela, neziwula zizonda ukwazi?
Futhi abantu abasosi isibani basibeke ngaphansi kwesitsha, kodwa basibeke othini; futhi ikhanyisela bonke abasendlini.
Ukuze uvule amehlo abo, basuke ebumnyameni, baye ekukhanyeni, basuke emandleni kaSathane, baye kuNkulunkulu, ukuze bamukele ukuthethelelwa kwezono, nefa phakathi kwabangcwelisiweyo ngokukholwa kimi.
Nanjengalokho bengathandanga ukuba nokwazi uNkulunkulu, uNkulunkulu wabanikela engqondweni eyonakeleyo, ukuba benze okungafanele;
Kepha umuntu wemvelo kakwamukeli okukaMoya kaNkulunkulu, ngokuba kungubuwula kuye;