Umuntu uyathokoza ngempendulo yomlomo wakhe, nezwi elikhulunywe ngesikhathi salo, yeka ukuthi lihle kangakanani!
Johane 1:37 - Contemporary Zulu Bible 2024 Abafundi ababili bezwa ekhuluma, bamlandela uJesu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abafundi ababili bezwa ekhuluma, bamlandela uJesu. IsiZulu 2020 Abafundi ababili bamuzwa ekhuluma, base bemlandela uJesu. Baasraak Zulu New Testament Bible Abafundi ababili bezwa ekhuluma, bamlandela uJesu. |
Umuntu uyathokoza ngempendulo yomlomo wakhe, nezwi elikhulunywe ngesikhathi salo, yeka ukuthi lihle kangakanani!
Abakhileyo komunye umuzi bayakuya komunye, bathi: ‘Masihambe masinyane siyokhuleka phambi kukaJehova, simfune uJehova Sebawoti. Ngizohamba nami.
UJesu waphenduka, wababona belandela, wathi kubo: Nifunani na? Basebesithi kuye: Rabi, (okutsho ukuthi, Mfundisi,) uhlala ngaphi?
Ngangomuso wafuna ukuphuma aye eGalile, wafumana uFiliphu, wathi kuye: “Ngilandele.
Makungaphumi nkulumo eyonakele emlonyeni wenu, kodwa kube kuhle kube kuhle kube nokwakhayo, ukuze kube umusa kwabezwayo.
UMoya nomlobokazi bathi: Woza. Nozwayo makathi: Woza. Nowomileyo makeze. Futhi yilowo nalowo othanda makathathe amanzi okuphila ngesihle.