Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Johane 1:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

Lezo zinto zenzeka eBethabara ngaphesheya kweJordani, lapho uJohane wayebhapathiza khona.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Lokho kwenzeka eBethabara ngaphesheya kweJordani, lapho uJohane wayebhapathiza khona.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Konke lokhu kwenzeka eBhethani, ngaphesheya komfula iJordani, lapho uJohane wayebabhabhadisa khona.

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Lezo zinto zenzeka eBethabara ngaphesheya kweJordani, lapho uJohane wayebhapathiza khona.

Uka jalj uñjjattʼäta



Johane 1:28
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngangomuso wafuna ukuphuma aye eGalile, wafumana uFiliphu, wathi kuye: “Ngilandele.


Wabuye wamuka waya phesheya kweJordani, endaweni uJohane ayebhapathiza kuyo kuqala; wahlala khona.


Kungani lawa mafutha engathengiswanga ngabodenariyo abangamakhulu amathathu, kwaphiwa abampofu na?


Naye uJohane wayebhapathiza e-Enoni eduze neSalimi, ngokuba amanzi ayemaningi lapho; beza babhapathizwa.


Base beza kuJohane, bathi kuye: “Rabi, lowo owayenawe ngaphesheya kweJordani, owafakaza ngaye, bheka, yena uyabhapathiza, futhi bonke beza kuye.


UGideyoni wathuma izithunywa ezintabeni zakwa-Efrayimi, wathi: “Yehlani niye kwabakwaMidiyani, niwathumbe amanzi phambi kwabo kuze kube seBeti Bara naseJordani; Khona-ke bonke abantu bakwa-Efrayimi babuthana ndawonye, bathatha amanzi kwaze kwaba seBeti Bara naseJordani.