Johane 1:25 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bambuza-ke, bathi kuye: “Pho, ubhapathizelani, uma ungesiye uKristu, no-Eliya, noma lowomprofethi na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bambuza-ke, bathi kuye: “Pho, ubhapathizelani, uma ungesiye uKristu, no-Eliya, nomProfethi, na?” IsiZulu 2020 Bambuza bathi: “Pho ubhabhadiselani uma ungesiye uKhristu, noma u-Eliya noma uMphrofethi na?” Baasraak Zulu New Testament Bible Bambuza-ke, bathi kuye: “Pho, ubhapathizelani, uma ungesiye uKristu, no-Eliya, noma lowomprofethi na? |
Esangena ethempelini, abapristi abakhulu namalunga esizwe beza kuye esafundisa, bathi: “Lokhu uzenza ngagunya lini na? njalo ngubani okunike leligunya?
Ethi: “Asiniyalanga yini ukuthi ningafundisi ngaleli gama na? bhekani, senigcwalise iJerusalema ngesifundiso senu, nihlose ukwehlisela igazi lalumuntu phezu kwethu.
UJehova uNkulunkulu wakho uyakukuvusela umprofethi phakathi kwakho kubafowenu onjengami; Kumelwe nimlalele;
Ngiyakubavusela umprofethi phakathi kwabafowabo onjengawe, ngibeke amazwi ami emlonyeni wakhe; futhi uyokhuluma kubo konke engimyala ngakho.