MFarisi oyimpumputhe, hlambulula kuqala okuphakathi kwenkezo noqwembe, ukuze kuhlanzeke nengaphandle lakho.
Johane 1:24 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lababethunyiwe babevela kubaFarisi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Labo ababethunyiwe babevela kubaFarisi. IsiZulu 2020 Labo ababethunyiwe babevela kubaFarisi. Baasraak Zulu New Testament Bible Lababethunyiwe babevela kubaFarisi. |
MFarisi oyimpumputhe, hlambulula kuqala okuphakathi kwenkezo noqwembe, ukuze kuhlanzeke nengaphandle lakho.
Esakhuluma lokho kubo, ababhali nabaFarisi baqala ukumncenga kakhulu nokumcunula ukuba akhulume izinto eziningi.
Kepha abaFarisi nezazimthetho bala icebo likaNkulunkulu eliqondene nabo, bengabhapathizwa nguye.
Wathi: “Mina ngiyizwi lomemeza ehlane, ethi: ‘Lungisani indlela yeNkosi,’ njengalokho washo u-Isaya umprofethi.
Bambuza-ke, bathi kuye: “Pho, ubhapathizelani, uma ungesiye uKristu, no-Eliya, noma lowomprofethi na?
Ngokuba abaSadusi bathi akukho ukuvuka kwabafileyo, nangelosi, namoya, kepha abaFarisi bakuvuma kokubili.
ababengazi kwasekuqaleni, uma befuna ukufakaza, ukuthi ngokwehlelo eliqine kakhulu lenkonzo yethu ngahamba ngingumFarisi.