UJesu welula isandla, wamphatha, wathi: Ngiyathanda; hlambuluka. Masinyane uchoko lwakhe lwahlambuluka.
IzEnzo 9:34 - Contemporary Zulu Bible 2024 UPetru wathi kuye: “Eneya, uJesu Kristu uyakuphilisa; Wasesukuma masinyane. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Khona uPetru wathi kuye: “Eneya, uJesu Kristu uyakuphilisa; vuka, wendlule icansi lakho.” Wayesevuka masinyane. IsiZulu 2020 UPhethro wathi kuye: “Eneya, uJesu uKhristu uyakuphilisa; vuka, wendlule icansi lakho.” Wayesevuka ngokushesha. Baasraak Zulu New Testament Bible UPetru wathi kuye: “Eneya, uJesu Kristu uyakuphilisa; Wasesukuma masinyane. |
UJesu welula isandla, wamphatha, wathi: Ngiyathanda; hlambuluka. Masinyane uchoko lwakhe lwahlambuluka.
Kepha ukuze nazi ukuthi iNdodana yomuntu inamandla emhlabeni okuthethelela izono,” wayesethi kofe uhlangothi: “Sukuma, uthabathe uhlaka lwakho, uye endlini yakho.
Lokho ukuqala kwezibonakaliso uJesu wakwenza eKhana laseGalile, ebonakalisa inkazimulo yakhe; abafundi bakhe bakholwa kuye.
Wakwenza lokho izinsuku eziningi. Kepha uPawulu edabukile waphenduka, wathi kumoya: “Ngiyakuyala ngegama likaJesu Kristu ukuba uphume kuyo.” Waphuma ngaso leso sikhathi.
UPetru ekubona waphendula abantu wathi: “Madoda akwa-Israyeli, nimangala ngalokho na? Kumbe nisigqolozeleni ngokungathi ngamandla ethu nangobungcwele bethu senze lo ukuba ahambe na?
Negama layo ngokukholwa egameni layo liyiqinisile le ndoda eniyibonayo neniyaziyo;
UPetro wasesithi: Isiliva legolide kangilalo; kodwa lokho enginakho ngikunika khona: Egameni likaJesu Kristu waseNazaretha, sukuma uhambe.
Makwazeke kini nonke nakubo bonke abantu bakwa-Israyeli, ukuthi ngegama likaJesu Kristu waseNazaretha enambethela esiphambanweni, uNkulunkulu amvusa kwabafileyo, ngaye lo umi lapha phambi kwenu esindile.
Wafumana khona umuntu othiwa ngu-Eneya, owayeselele iminyaka eyisishiyagalombili efe uhlangothi.