Amadodana ka-Eliphahali: uHebhere, noMisam, noSkamedi, abakha i-Ono neLodi nezinsika zayo;
IzEnzo 9:32 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi uPetru ebhoda ezindaweni zonke, wehlela nakwabangcwele abakhe eLida. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi uPetru ehambela izindawo zonke, wehlela nakwabangcwele abakhe eLida. IsiZulu 2020 UPhethro ehambela izindawo zonke, wehlela nakwabangcwele ababakhe eLida. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi uPetru ebhoda ezindaweni zonke, wehlela nakwabangcwele abakhe eLida. |
Amadodana ka-Eliphahali: uHebhere, noMisam, noSkamedi, abakha i-Ono neLodi nezinsika zayo;
abantwana baseLodi, naseHadidi, nase-Ono: ngamakhulu ayisikhombisa namashumi amabili nanhlanu.
abantwana baseLodi, naseHadidi, nase-Ono: ngamakhulu ayisikhombisa namashumi amabili nanye.
Kepha nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ofakazi bami eJerusalema, naseJudiya lonke, naseSamariya, kuze kube sekugcineni komhlaba.
Lokho nami ngakwenza eJerusalema; abaningi kwabangcwele ngabavalela etilongweni, ngithole amandla kubapristi abakhulu; futhi lapho bebulawa, ngazwakalisa izwi lami ngokumelene nabo.
Kwathi abaphostoli abaseJerusalema bezwile ukuthi iSamariya ilamukele ilizwi likaNkulunkulu, bathuma kubo oPetro loJohane;
Kwathi sebefakazile, beshumayela izwi leNkosi, babuyela eJerusalema, bashumayela ivangeli emizaneni eminingi yamaSamariya.
UAnaniya wasephendula wathi: Nkosi, ngizwile ngabanengi balumuntu ukuthi kungakanani okubi ekwenzile kwabangcwele bakho eJerusalema;
Wafumana khona umuntu othiwa ngu-Eneya, owayeselele iminyaka eyisishiyagalombili efe uhlangothi.
Wambamba ngesandla, wamsukumisa; wayesebabiza abangcwele nabafelokazi, wamethula ephilile.
kubo bonke abaseRoma, abathandekayo bakaNkulunkulu, ababizelwe ukuba ngabangcwele: Makube kini umusa nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba wethu naseNkosini uJesu Kristu.
UPawulu, umphostoli kaJesu Kristu ngentando kaNkulunkulu, kubo abangcwele abase-Efesu nakubo abakholwayo kuKristu Jesu:
UPawulu noThimothewu, izinceku zikaJesu Kristu, kubo bonke abangcwele abakuKristu Jesu abaseFilipi, kanye nababonisi namadiyakoni;