Kepha nxa benizingela kulo muzi, balekelani komunye, ngokuba ngiqinisile ngithi kini: Aniyikuqeda imizi yakwa-Israyeli, ingakafiki iNdodana yomuntu.
IzEnzo 9:30 - Contemporary Zulu Bible 2024 Abazalwane sebekwazi bamehlisela eKesariya, bamthumela eTarsu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abazalwane sebekwazi lokho bamehlisela eKesariya, bamthumela eTarsu. IsiZulu 2020 Kwathi ukuba abazalwane bakuzwe lokho bamehlisela eKhesariya, base bemthumela eTharsu. Baasraak Zulu New Testament Bible Abazalwane sebekwazi bamehlisela eKesariya, bamthumela eTarsu. |
Kepha nxa benizingela kulo muzi, balekelani komunye, ngokuba ngiqinisile ngithi kini: Aniyikuqeda imizi yakwa-Israyeli, ingakafiki iNdodana yomuntu.
Kwathi uJesu esefikile emikhawulweni yeKesariya yeFiliphi, wabuza abafundi bakhe, wathi: Abantu bathi mina iNdodana yomuntu ngingubani?
Ngalezo zinsuku uPetru wasukuma phakathi kwabafundi, (isibalo samagama ndawonye sasingaba yikhulu namashumi amabili).
Khona masinyane abazalwane babamukisa uPawulu noSila ebusuku ukuba baye eBereya; bathi sebefikile, baya esinagogeni labaJuda.
Labaphelekezela uPawuli bamusa eAthene; sebemukele umlayo kuSilasi loThimothi wokuba beze kuye masinyane, bamuka.
lapho sathola abazalwane, sancengwa ukuthi sihlale labo insuku eziyisikhombisa; ngokunjalo saya eRoma.
Kepha uFiliphu wafunyanwa e-Azotu, wahamba eshumayela emizini yonke, waze wafika eKesariya.
INkosi yasisithi kuye: Sukuma uye emgwaqweni othiwa uQondile, ubuze endlini kaJudasi othiwa nguSawuli waseTarsu;