IzEnzo 9:26 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi uSawuli esefikile eJerusalema, walinga ukuzihlanganisa labafundi, kodwa bonke babemesaba, bengakholwa ukuthi ungumfundi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Esefikile eJerusalema wazama ukuzihlanganisa nabafundi; kepha bonke bamesaba, bengakholwa ukuthi ungumfundi. IsiZulu 2020 Kuthe esefikile eJerusalema, wazama ukuzihlanganisa nabafundi, kodwa bonke babemesaba, bengakholwa ukuthi ungumfundi. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi uSawuli esefikile eJerusalema, walinga ukuzihlanganisa labafundi, kodwa bonke babemesaba, bengakholwa ukuthi ungumfundi. |
kodwa ngabika kuqala kwabaseDamaseku, naseJerusalema, nakuzo zonke izindawo zaseJudiya, nakwabezizwe, ukuba baphenduke, baphendukele kuNkulunkulu, benze imisebenzi efanele ukuphenduka.
Sebekhululiwe baya kwabakubo, babika konke abapristi abakhulu namalunga ababekushilo kubo.
Kwathi esekudlile waqiniswa. Khona-ke uSawulu wayenabafundi baseDamaseku izinsuku ezithile.
futhi ngenxa yabazalwane bamanga abangeniswa bengazi, abangena ngokunyenya ukuze bahlole ukukhululeka kwethu esilakho kuKristu Jesu, ukuze basenze izigqili;