IzEnzo 9:24 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa iqhinga labo laziwa nguSawuli. Bawalinda amasango imini nobusuku ukuba bambulale. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha icebo labo laziwa nguSawulu. Babemhlalela nasemasangweni imini nobusuku ukuba bambulale. IsiZulu 2020 Kepha icebo labo laziwa nguSawula. Babemlindela ngisho nasemasangweni, imini nobusuku, ukuze bambulale. Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa iqhinga labo laziwa nguSawuli. Bawalinda amasango imini nobusuku ukuba bambulale. |
Ungalindi ikhaya labalungileyo, wena mubi; indawo yakhe yokuphumula ayichithwanga;
ngikhonza iNkosi ngakho konke ukuthobeka kwengqondo, langezinyembezi ezinengi, lezilingo, engangehlelayo ngokuqamekela abaJuda;
Wahlala khona izinyanga ezintathu. Kwathi sebemlalele amaJuda esezasuka aye eSiriya ngomkhumbi, wazimisela ukubuya adabule eMakedoniya.
Kwathi sengitsheliwe ukuthi abaJuda babeqamekele lowo muntu, ngathumela kuwe masinyane, ngase ngibayala abammangalelayo ukuba bakhulume phambi kwakho ngalokho abanawo ngakuyo. Ukuvalelisa.
Ngokuba uma ngingonile, noma ngenze utho olufanele ukufa, angifuni ukufa; ngidlulisela icala kuKesari.
Bacela umusa ngaye ukuba ambize eJerusalema, beqamekele ukuba bambulale endleleni.
EDamaseku umbusi wenkosi u-Aretha wayelinda umuzi wamaDamaseku efuna ukungibamba;