IzEnzo 7:57 - Contemporary Zulu Bible 2024 Basebememeza ngelizwi elikhulu, bavala izindlebe zabo, bagijimela kuye nganhliziyonye. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Base bekhamuluka ngezwi elikhulu, bavala izindlebe, batheleka kuye kanyekanye, IsiZulu 2020 Base bekhamuluka ngezwi elikhulu, bavala izindlebe, bamthelekela kanyekanye, Baasraak Zulu New Testament Bible Basebememeza ngelizwi elikhulu, bavala izindlebe zabo, bagijimela kuye nganhliziyonye. |
Kodwa bala ukulalela, basusa amahlombe abo, bavala izindlebe zabo ukuze bangezwa.
Lendoda yayibanjwe ngabaJuda, yayizakubulawa yiwo, ngase ngifika nebutho, ngayophula, ngimazi ukuthi ingumRoma.
Wathi: “Bheka, ngibona amazulu evulekile, neNdodana yomuntu imi ngakwesokunene sikaNkulunkulu.
Bamkhiphela ngaphandle komuzi, bamkhanda ngamatshe; ofakazi babeka izingubo zabo ezinyaweni zensizwa egama layo linguSawule.