Wathi: “Ungasondeli; khumula izicathulo zakho ezinyaweni zakho, ngokuba indawo omi kuyo ingumhlabathi ongcwele.
IzEnzo 7:33 - Contemporary Zulu Bible 2024 INkosi yasisithi kuye: Khumula izicathulo zakho ezinyaweni zakho, ngoba indawo omi kuyo ingumhlabathi ongcwele. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “INkosi yayisithi kuye: ‘Khumula izicathulo ezinyaweni zakho, ngokuba indawo omi kuyo ingumhlabathi ongcwele. IsiZulu 2020 “INkosi yayisithi kuye: ‘Khumula izimbadada ezinyaweni zakho, ngokuba indawo omi kuyo ingumhlabathi ongcwele. Baasraak Zulu New Testament Bible INkosi yasisithi kuye: Khumula izicathulo zakho ezinyaweni zakho, ngoba indawo omi kuyo ingumhlabathi ongcwele. |
Wathi: “Ungasondeli; khumula izicathulo zakho ezinyaweni zakho, ngokuba indawo omi kuyo ingumhlabathi ongcwele.
Qaphela unyawo lwakho lapho uya endlini kaNkulunkulu, futhi uthande ukuzwa kunokunikela ngomhlatshelo weziwula; ngoba kabacabangi ukuthi benza okubi.
Mina nginibhapathiza ngamanzi kukho ukuphenduka; kepha ozayo emva kwami unamandla kunami, engingafanele ukuthwala izicathulo zakhe;
Induna yempi kaJehova yathi kuJoshuwa: “Khumula izicathulo zakho onyaweni lwakho; ngoba indawo omi kuyo ingcwele. UJoshuwa wenze njalo.