Wagodla inxenye yentengo, nomkakhe ekwazi naye, waletha enye, wayibeka ngasezinyaweni zabaphostoli.
IzEnzo 5:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 UPetru waphendula wathi kuye: “Ngitshele, uma insimu nathengisa kangaka na? Wathi: Yebo, okungaka. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UPetru wayesethatha ethi: “Ngitshele ukuba izwe nilithengise ngokungaka na?” Wathi: “Yebo, ngokungaka.” IsiZulu 2020 UPhethro wayesethi kuye: “Ngitshele ukuthi indawo niyithengise ngenani elingaka na?” Wathi: “Yebo, ngelingako.” Baasraak Zulu New Testament Bible UPetru waphendula wathi kuye: “Ngitshele, uma insimu nathengisa kangaka na? Wathi: Yebo, okungaka. |
Wagodla inxenye yentengo, nomkakhe ekwazi naye, waletha enye, wayibeka ngasezinyaweni zabaphostoli.