IzEnzo 5:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi ngemva kwamahora amathathu, umkakhe wangena, engakwazi okwenzekileyo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi emva kwesikhathi esingaba ngamahora amathathu kwangena nomkakhe, engakwazi okwenzakeleyo. IsiZulu 2020 Kwathi emuva kwesikhathi esingaba ngamahora amathathu, kwangena nomkakhe, wayengazi okwenzekileyo. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi ngemva kwamahora amathathu, umkakhe wangena, engakwazi okwenzekileyo. |
UPetru waphendula wathi kuye: “Ngitshele, uma insimu nathengisa kangaka na? Wathi: Yebo, okungaka.