Bamthatha u-Abisalomu, bamphonsa emgodini omkhulu ehlathini, babeka phezu kwakhe inqwaba enkulu kakhulu yamatshe; wonke u-Israyeli wabaleka, kwaba yilowo nalowo waya etendeni lakhe.
IzEnzo 5:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 Zase zisukuma izinsizwa, zambopha, zamkhiphela phandle, zammbela. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Izinsizwa zasuka, zamsongelezela, zamkhiphela phandle, zammbela. IsiZulu 2020 Izinsizwa zasuka, zamsonga, zamkhiphela phandle, zamngcwaba. Baasraak Zulu New Testament Bible Zase zisukuma izinsizwa, zambopha, zamkhiphela phandle, zammbela. |
Bamthatha u-Abisalomu, bamphonsa emgodini omkhulu ehlathini, babeka phezu kwakhe inqwaba enkulu kakhulu yamatshe; wonke u-Israyeli wabaleka, kwaba yilowo nalowo waya etendeni lakhe.
Base bethatha isidumbu sikaJesu, basisonga ngezindwangu zelineni kanye namakha, njengomkhuba wabaJuda ukumbela.
Isidumbu sakhe akumelwe sihlale esihlahleni ubusuku bonke, kodwa kumelwe umngcwabe ngalolo suku; (ngokuba olengiswayo uqalekisiwe nguNkulunkulu;) ukuze lingangcoliswa izwe lakho uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona libe yifa lakho.