Wathi ku-Adamu: “Ngokuba ulalele izwi lomkakho, wadla kuwo umuthi engakuyala ngawo, ngathi: Ungadli kuwo; uqalekisiwe umhlaba; uyakudla kuwo ngosizi zonke izinsuku zokuhamba kwakho;
IzEnzo 5:29 - Contemporary Zulu Bible 2024 UPetru nabanye abaphostoli baphendula bathi: “Simelwe ukulalela uNkulunkulu kunabantu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha uPetru nabaphostoli baphendula bathi: “Simelwe ukulalela uNkulunkulu kunabantu. IsiZulu 2020 Kodwa uPhethro nabaphostoli baphendula bathi: “Simelwe ukulalela uNkulunkulu kunabantu. Baasraak Zulu New Testament Bible UPetru nabanye abaphostoli baphendula bathi: “Simelwe ukulalela uNkulunkulu kunabantu. |
Wathi ku-Adamu: “Ngokuba ulalele izwi lomkakho, wadla kuwo umuthi engakuyala ngawo, ngathi: Ungadli kuwo; uqalekisiwe umhlaba; uyakudla kuwo ngosizi zonke izinsuku zokuhamba kwakho;
Kepha izwi lenkosi lamahlula uJowabe nezinduna zempi. UJowabe nezinduna zempi basuka enkosini ukubala abantu bakwa-Israyeli.
Kepha ababelethisi babemesaba uNkulunkulu, abenzanga njengalokho inkosi yaseGibithe yayibayalile, bazala abafana.
UJeremiya wayesekhuluma kuzo zonke izikhulu nakubo bonke abantu, wathi: “UJehova ungithumile ukuba ngiprofethe ngale ndlu nangalumuzi onke amazwi eniwazwileyo.
Base bephendula, bathi phambi kwenkosi: “UDaniyeli, wabantwana bokuthunjwa bakwaJuda, akakulaleli, nkosi, noma umyalo owusayinileyo, kepha wenza isicelo sakhe kathathu ngosuku.
Kepha oPetru noJohane baphendula, bathi kubo: “Yahlulelani nina ukuthi kulungile yini emehlweni kaNkulunkulu ukulalela nina kunoNkulunkulu.
USawuli wasesithi kuSamuweli: Ngonile, ngoba ngeqile ilizwi leNKOSI lelizwi lakho, ngoba ngesaba abantu, ngalalela ilizwi labo.