Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




IzEnzo 5:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

Baze bakhiphela phandle abagulayo emigwaqweni, bababeka emibhedeni nasezinhlakeni, ukuze kuthi lapho uPetru edlula, sisibekele abanye kubo isithunzi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ngangokuba bakhiphela phandle emigwaqweni abagulayo, bababeka emacansini nasezinhlakeni, kuze kuthi lapho eza uPetru, isithunzi nje sakhe sisithibeze abanye kubo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

kangangokuthi baze bakhiphela phandle emigwaqweni abagulayo, bababeka emacansini nasezinhlakeni, ukuze kuthi lapho uPhethro edlula, isithunzi sakhe sibeleke abanye babo.

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

baze bakhiphela phandle abagulayo emigwaqweni, bababeka emibhedeni nasezinhlakeni, ukuze kuthi lapho uPetru edlula, sisibekele abanye kubo isithunzi.

Uka jalj uñjjattʼäta



IzEnzo 5:15
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Isikhathi sokubulala nesikhathi sokuphulukisa; isikhathi sokudiliza nesikhathi sokwakha;


Bamncenga ukuthi bathinte nje umphetho wengubo yakhe;


Ngoba wayesithi phakathi kwakhe: Uba ngingathinta nje isembatho sakhe, ngizasinda.


Base begijima kuso sonke leso sifunda, baqala ukuthwala abagulayo ngemibhede, babayisa lapho ababemuzwa ukuthi ukhona.


Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Okholwa yimi, imisebenzi engiyenzayo mina naye uyakuyenza; nemikhulu kunale uyakuyenza; ngoba mina ngiya kuBaba.


Kwathi lokho sekwenzekile, beza nabanye abasesiqhingini abanezifo, baphulukiswa;


Kwabuthana futhi isixuku esivela emadolobheni azungeze iJerusalema, bethwele abagulayo nabakhathazwa imimoya engcolile, baphulukiswa bonke.