Yizwani izwi likaJehova nina baphathi baseSodoma! lalelani umthetho kaNkulunkulu wethu, bantu baseGomora!
IzEnzo 4:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi ngangomuso ababusi babo, namalunga, nababhali. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi ngangomuso kwabuthana eJerusalema ababusi namalunga nababhali babo, IsiZulu 2020 Kwathi ngakusasa, kwabuthana eJerusalema ababusi, amalunga, izazimthetho, Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi ngangomuso ababusi babo, namalunga, nababhali. |
Yizwani izwi likaJehova nina baphathi baseSodoma! lalelani umthetho kaNkulunkulu wethu, bantu baseGomora!
Maye kulabo abaceba ububi futhi benze okubi emibhedeni yabo! ekukhanyeni kokusa bayakwenza, ngokuba kusemandleni esandla sabo.
Kwathi masinyane ekuseni abapristi abakhulu benza icebo namalunga nababhali nomphakathi wonke, bambopha uJesu bamuka naye, bamnikela kuPilatu.
Kwathi ngolunye lwalezo zinsuku efundisa abantu ethempelini, eshumayela ivangeli, kwafika kuye abapristi abakhulu nababhali kanye namalunga;
Kwathi sekusile, kwabuthana amalunga esizwe nabapristi abakhulu nababhali, bamyisa emphakathini wabo, bathi:
lokuthi abapristi abakhulu lababusi bethu bamnikela njani ukuthi agwetshelwe ukufa, basebembethela esiphambanweni.
UPetro egcwele uMoya oNgcwele wathi kubo: Lina babusi babantu labadala bakoIsrayeli.
Kwasekusukuma omunye emphakathini, umFarisi ogama lakhe linguGamaliyeli, umfundisi womthetho otusekayo kubantu bonke, wayala ukuba abaphostoli bakhishwe isikhashana;
Basebevusa abantu labadala lababhali, basebesondela kuye, bambamba, bamusa emphakathini;